- Khathide! Mnyambo! Mphephethe!
- Wena owadla nodadewenu wathi akananyongo akanamhlehlo, kanti akanamhlehlo unesibhakabhaka (unesibhabhakazana),
- Wena wase Ngwedze neNgovuma Wena owawela Ingovuma (Ingwavuma) wafika ezitheni waqalingana walingisa insimu Idonda ukumila,
- Mahamba Wena wenyosi
Wena owahamba ngomnyama wabuya ngonyezi, uhambe ngalunye eMbungeni, Mthumba onjengezingumba! - Sidlodlo!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel