izithakazelo

Tag: heelsbergen Page 1 of 2

Van Heelsbergen Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Izithakazelo zakwa Nkonyane Mphephethe Clan Names

Nkonyane, mphephethe, Gwala, wena owengwende neNgwavuma, owadla udade wenu wathi akananyongo akanamhllehle. Mkhaliphi, Binda, Vilakazi, Ndaba….Ndabezitha !!!

Mphephethe / Mphephethwa meaning & origin

Ebukhosini bakwa gwala ubungaphumi ulengise izandla nanokuba khona ofike ukuphethe yikho kuthiwa umupha ephethe “umphephethe” noma “mphephethwa”

Izithakazelo zakwaMadlala Mlipha Clan & History

Madlala!
Mlipha!

USgod’ esasind’ abetshathi,

owase Ngidi nase Ngwavuma
UMzilikazi ka Mashobane;
owawela ngogodo umful’ ugcwele

ihlokohloko lomlambo

Mphephethe!

Kush’ oshayo;

Owadl’ udadewabo wath’ akananyongo

Umhlehl’ ubhabhakazi…

Madlala!!!

Page 1 of 2

© 2026