Izithakazelo Zakwa Ngcamu Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa Ngcamu 😍 Ngcamu Clan Praises

Mkhabela,
Shozi,
Gaba,
Mlothswa,
Maphalala njengophoko,
Sbumbu esiyingqilinga esingenalunza,uma sinonza syobe sonakele noma sfuze ekhaya konina.
Lokoza!
Maloko
Nhlunu beyisika beyenza umqwayiba,
Mzilankatha,
Shelembe,
Kwadlula intuthwane ithwele kwadlula engathwele,
Ncube,
Khambule,
Mphangazitha!
Mathula kamjezi,
Ngcamu ombewumbili njengodlubu luka mbokazana.mkhathini !

izithakazelo πŸ˜ sinanatelo πŸ˜ tinanatelo πŸ˜ izithakazelo A-Z


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

2 thoughts on “Izithakazelo Zakwa Ngcamu Clan Names Umlando”

Leave a Comment