clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Ngongoma Clan Names

Izithakazelo zakwa Ngongoma

Mapholoba,
Nyuswa,
Fuze, Mavela,
Mafuz’afulele njengefu lemvula,
Mashiya amahle ngath azoshumayela,
Dambuza, Mthabathe,
Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
Malal’efake umunwe endunu,
Avuke ekuseni awuncinde akhombe ilanga,
Mavulankungu kuvel’ilanga,
Sididane,
Ngongoma,
Maqadi amakhulu,
Mbili!


More information is available on our YouTube channel


Previous

Xesibe Iziduko

Next

Abakwa Ngongoma

6 Comments

  1. Xolani ngongoma

    Kanti u Vumezitha yiqhawe lenkosi u Cetshwayo elelihola impi yaseSandlwana

  2. Anele ngongom

    Wow my clans❀?

  3. Thobeka Ngongoma

    Yaz I didn’t know my clan tnkx man

    • What about o Mashiza…Bhovungane and so on…it clear bengazi eyi rong

      • Benzile

        I also knew Mashiza Bhovungane Nombika Gasela and so on…

      • Thobeka

        look at indabuko yakwa Ngongoma oMashiza inzala bantu

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: