Abakwa Ngongoma

Abakwa Ngongoma ๐Ÿ˜ย Izibongo zakwa Ngongoma

AbakwaNgongoma ngenye yezindlu zakwaNgcobo. Abantu bakwaNgcobo badatshulwa nguVumezitha, uyise kaNgcobo noMkheshane.

Laba bantu bakwaNgongoma bayatholakala laphaya eMsunduze eNdwedwe.

Ukwelamana kwabo!!

UVumezitha wazala uNgcobo.

UNgcobo wazala uDingile

UDingile wazala uNyuswa….uZonga… UGasela….uXhoko kanye noNgothoma.

AbakwaNgongoma baphuma kuGasela owazala uNombika.

UNombika wazala uNdaba.

UNdaba wazala uMashiza owazala uMavela.

UMavela wazala uBhofungane owazala uMafongosi..

UMadfongosi wazala uSiphandla.

USiphandla wazala uMbozane


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

Leave a Comment