πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwaNgubane Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaNgubane

Mbomvu,
Somahhashi
Nyoniyezwe
Nomafu,Myaluza,
Ngcukumane,
Zikode elimhlophe,
Matomela,
Nzombane,Ngogozabantu,
Nomasikisiki,nyon’esindwa isisila sayo,
Ndoda kaNyamazane,
KaSodlelezi esadl’amabele amhlophe sawashiya nenkehlane,
Ngcingcw’ephuza kwezid’iziziba…
>> Continue reading <<

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwaNene Clan Names Umlando

Next

Ndwandwe Clan Names Umlando

1 Comment

  1. Zamaswazi Ngwane

    Ngyabingelela igama lami ngu Zamaswazi Ngwane ubaba wami Gayigayi Ngwane ubaba wathi kumina abakwa Ngubane abasekhaya ka Ngwane kwenzeka abazali baseless umfula thizeni kunomcimbi ngale phesheya wezihlobo bavaleleka umfula usungenisile kwabazinsukwana bengabuyi ekhaya. Mhla bebuya bafica abantwana babo udade nomfowabo bembathe kunye benza ucansi. Babuza ke ukuthi bangobani bazama ukwembula ingubo kwavela lo wesilisa bambuza ukuthi ulele nobani akaphendula babuza ngubani lo olele naye ekugcineni kwavela udadewabo. Base banikwa uphawu esandleni babekwa ingxiwa ngoba begile lomhlola ekhaya. Kwabe sebenikwa ke isibongo Ngubani ngoba kade kubuzwa Ngubani lo olele naye. Ngicela ukuzwa ukuba ngabe liqiniso na, sihlobene yini ngoba ubaba bethi mzala kubantu bakwaNgubani.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026