Shibe Clan Names:

Gcaba
Khombeni
Biteka
Vaphela
Ngcebo
Ncewase
Bafazini
Mbelwa
Ngyesaba ukuthi Mbelwa ngoba uMbelwa usgubudu esimxhaka
uMBELWA wambelwa engafanga ngoba uMbelwa akafi
Mabona ngokuphiwa engacelanga ngoba engazithatheli entweni zabantu
Ntaba kayikhonjwa iyadinwa
Ntaba kayidinwa idinwa ngokwembiwa
Shlahla somile asishi
Shlahla simanzi siyasha sisha ubuhanguhangu
Phini lipambana nempuphu
impuphu iya le
Amanzi aya le
uphini luya le
noShibe aye le
kaze kyodliwa nini laykhaya
uSHIBE ungamanzi
lamanzi awomfula uMzumbe ayinguqunguqu
amanye ayehla
amanye ayenyuka
amanye ayagcakela
amanye ahlehlela nyovana
amanye emi adlondlobela aksazeki nayiyo
amanye ayachitheka !!