Izithakazelo zakwa Wela
Wela, Mawandla, kaNkwanyana kaCimo, kathole aziphusi ebusika nasehlobo, wena okaMagoyisa ngoba umlobokazi akangeni emzini engenasicephu, nina enathi niwela babe be phuza ngezansi, wena kaSingana kaSinyamana a badla ukudla kunkwanyazela, Zikode ngoba elulele isandla kwabamphofu, Wela