Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Dlongolo, Thintane, Mdumbe, Mawandla wena wosiguqa esaguqa kwamahamba eswazini, Siguqa esaguqisa amadoda nabafokazane !
Nina enehla emthini njengembila yomthakathi!
bongwekazi
bontweni bakomontweni
nina bontekati bolihhohho lwendlovu
muzimba okhala imali zinyawo ezimansense
siziba esikhuylu esibhukuda amatshitshi nabafokazane
wena nyoka eluhlaza mabonwa abulawe
mablom asengilandi sekhatha senkosi
makhongozela igazi lenye indoda nina enivala ngekhanda lamadoda, odlongolo basuka emozambiq bathola indawo eswazini kwamahamba yikho sithi siguqa sakwamahamba,manje ubuningi babo basedumbe