Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Izithakazelo zakwa Zitha. Zitha Clan Names

Zitha Clan Names
Zitha kaLabase,
Ndawonde!
S’bhene senala!
Chochozela!
Nyama yentini!
Wen’owangena esibayeni kwanuk’inyama!
Wangen’exhibeni kwanuk’utshwala!
Madani!
uZitha omuhle omhlophe nangenyawo!
uMakulandela owalandel’ inkosi wayibiyela ngodaka!
KwaZitha akuvalwa ngemivalo kuvalwa ngamakhand’ amadoda!
Omgingqi omphaqeka!
Omahlekeshiyana!

Izithakazelo zakwa Ncikazi❤️

Ncikazi, zitha, langa, tshapha, mathebula, jonas, ndima azilingani ezeyikhuthali nezamavila, nhloso yenkosi, nina baselangeni

Previous

Zaca Msenti Clan Names

Next

Sangweni ® clan names. Izithakazelo zakwa Sangweni 😍 Sangweni Origin. Sangweni History

1 Comment

  1. EUNICE

    Are Zitha people from Maputo or KwaZulu Natal ?

Leave a Reply

Your email address will not be published.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: