Manyanga Clan Names
Thusi
Mthaphi
Mkhono
Manikeza
Nina eningakudli ukudla kwemizana
Mawuk’dlile ukudla ngenkongelelo
Mkhonomude ongangigwa ngabafokazana
Mageza ngobisi
Nina enafa ngomono
Ngwadi
Manikeza obanikeza ngokhanjana !