Izithakazelo zakwaMaphalala Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMaphalala

Mtimande,
BeSuthu BaseNkalanjana,
Abamaziny’ansansa,
AbaseMbathamkhonto njengobhedu,
Abehla ngesilulu,
Bathi: “Zibukuzana zani lezi na?”,
Kanti `zinqama,
Wena wakwaMehlwana,
Wena wakwaMlotha,
Wena wakwaNungwana,
Msuthu waseMawusweni!
More about Maphalala

Educational videos


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

Leave a Comment