Izithakazelo zakwaMashiyane Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMashiyane

Sondaba,
Sontshibe,
Wena waseMthandeni.
Skhabe,
Wen’owakhab’inkosi ngonyawo akwaba `ndabazalutho,
yavuka kwaxolisa yona, yathi: “Phepha Sondaba!”!


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

0 thoughts on “Izithakazelo zakwaMashiyane Clan Names Umlando”

  1. Sondaba ongenjengaye owaseMthandeni, uGumede Phakathwayo.

    Reply

Leave a Comment