Izithakazelo zakwa Hlongwane

Izithakazelo zakwa Hlongwane 😍 Hlongwane Clan Praises Ngwane, Masumpa, Masenga sileka, Nduku Zinobulongwe, Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana, Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni, Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda, Nina bakaMatiwane, Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi, Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu! Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Hlongwane Whatsapp / call: 061 868

Izithakazelo zakwa Khanyile

Izithakazelo zakwa Khanyile 😍 Khanyile Clan Praises Sothole, S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi, Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona, Odl’isinkwa esinothotho, Mahamba kancane Sogodi, Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda, Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula, Ntunjwa kaLanga, Mthiyane, Ndwandwe, Zikode, Mabhuqa, Ngwane, ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina, Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha

Izithakazelo zakwa Khanyile

Izithakazelo zakwaKhanyile 😍 Khanyile Clan Praises Sothole, S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi, Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona, Odl’isinkwa esinothotho, Mahamba kancane Sogodi, Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda, Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula, Ntunjwa kaLanga, Mthiyane, Ndwandwe, Zikode, Mabhuqa, Ngwane, ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina, Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!