Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Miya

Gcwanini,
Sbewu, Munja,
Mabhingcel’ehlangeni amany’amadod’ebhingcel’ezindlini,
Skhaban’esakhab’uvezi ngezinyawo,
Sjekula,Msilak’phepha,
Salakulandelw’esilandelwa ‘zintombi kuphela,
Genu, Gogela,
Sonkosi,
Zizi!