Want a t-shirt with your clans? click here to make your order

Izithakazelo zakwaMzimela

Mbizeni
Ntaka
Mnguni
Sheleza
Mzungwanya
Dimbani
Donda kaMlimandlela
Mfuyi wamatshe
Lwandle kaluwelwa luwela zinkonjane
Ngoba zindizela phezulu
Mfeka
Lwazi
Maconi
AbaZimela abazimela ngentonga yethusi
Abafokazana bezimela ngomhlaba

Ngifuna isikibha esihle esibhalwe izithakazelo zami See pictures here