Abakwa Nkosi

Ndlangamandla!
Mtungwa!
Mawandla kaNdlela
Nina baseMandlovini
Mlotshwa!
Siwela
Mphazima kaLanga
Nina bakwaLanga libomvu
Elashis’amabel’ezikhuthali
Mabuya sezembethe’ugogwane
Mlotshwa akangakanani
Ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala
Owaphath’induku’emnyama
Washay’amanzi kwavel’udaka
Nkonjane yenkosi
Mpangazitha!

Siwela Surname Meaning. Siwela Origin. Siwela History:

Siwela Surname Meaning. Siwela Origin. Siwela History: The meaning, origin and history of the Siwela surname is not listed.This surname Read more

Iziduko AmaMpovane 

AmaMpovane Clan Names Siwela, Vitsheka, Matalankosi,  Songiwe, Nomlakalakane, Gubudza,Nyamana!