Nozulu, Mpofana owakwa Mlambo awuwelwa, uwelwa Zinkonjana zodwa ngoba Zona zibhabha phezulu,madoda fihlani inqayi ngoba izulu liyasibekela lisaba izinto ezibenyayo!
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
Nozulu, Mpofana owakwa Mlambo awuwelwa, uwelwa Zinkonjana zodwa ngoba Zona zibhabha phezulu,madoda fihlani inqayi ngoba izulu liyasibekela lisaba izinto ezibenyayo!
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videosΒ© 2026
Nqubeko Nyide
Izithakazelo zakwa Nyide
Nyide,Ndabase,Gcobela Sakane,Mbova Gwazane,Madlodlo Mbiyane,Mgebusa Thwala,Mqulo Mpofu,Nsungulo Zokubheka,Nina enehlisa Impofana noThukela ,nahlahla umhlanga ,naweza amakhosi eLenge ngoba ayedukelwe izibuko imifula igola izintethe,nina baka gobhoza enxiweni,nina bakaNsingizi eyashaya amaphiko kwazamazama izwe lonke ngoba yayikhalisa okwalo inkayiyankomo,nina bakwankomo ezakhahlela umfana zaswela umelusi, IZWE LINDABANDABA NJENGANI.
Samkelo Zigana
Nozulu,Mpofana,owakwa Mlambo awuwelwa,uwelwa Zinkonjana zodwa ngoba Zona zibhabha phezulu,madoda fihlani inqayi ngoba izulu liyasibekela lisaba izinto ezibenyayo.