Izithakazelo zakwa Khumalo Clan Names & History

Izithakazelo zakwaKhumalo:    
Mntungwa,
Mbulaz’omnyama, Nina bakaBhej’ eseNgome, Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba, Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye, Lobengula kaMzilikazi,   Mzilikazi kaMashobana, Shobana noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa, Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana, UMkhatshwa wawoZimangele, UNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona, BaNtungw’ abancwaba, Zindlovu ezibantu, Zindlovu ezimacocombela,
Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali,
Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba, Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba, Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo More Khumalo clans>>   More about Khumalo

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

40 thoughts on “Izithakazelo zakwa Khumalo Clan Names & History”

  1. Awu kodwa weMzilikazi ka Mashobane.. #keep calm am also from the khumalo fam.. Mmmmh I love my Surname shame… Am Makhumzy… Siyabonga

    Reply
  2. Hawemaaaa! hawema hawema yaz I am so proud to be umaMtyngwa I am proud shame ngemvelaphi yami.lezi zithakazelo are so interesting, cool and funny lol. ngyabonga nje ukuthi "banqaba ukudla umlenze kwaBulawayo" maye babecabangeni vele beze bebanika umlenze ukuthi bawudle? lol lOVE YOU ALL BOMZILIKAZI NGAZE NGAJABULA.

    Mbali Khumalo

    Reply

Leave a Comment