Izithakazelo zakwa Khumalo Clan Names & History

Izithakazelo zakwaKhumalo:    
Mntungwa,
Mbulaz’omnyama, Nina bakaBhej’ eseNgome, Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba, Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye, Lobengula kaMzilikazi,   Mzilikazi kaMashobana, Shobana noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa, Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana, UMkhatshwa wawoZimangele, UNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona, BaNtungw’ abancwaba, Zindlovu ezibantu, Zindlovu ezimacocombela,
Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali,
Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba, Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba, Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo More Khumalo clans>>   More about Khumalo

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

40 thoughts on “Izithakazelo zakwa Khumalo Clan Names & History”

  1. Hayi ke wena dadewethu ngicabanga ukuthi banqaba ukuphakelwa wesifazane okwaBulawayo phela nina Mantungwa nizitshela kabi

    Reply
  2. Minake nginuKhumalo Mtungwa Zikode sanani asonalutho sonumhlambi wezinyamzane uDonda kangakanani yen'entdeni yesandla unganela. NinguMtungwa oluhlaza njenge ngcoshane. Umalala ngesi i avuke ngesi i. Nazo ke Mantungwa amahle

    Reply

Leave a Comment