Mntungwa, Mbulaz’omnyama, Nina bakaBhej’ eseNgome, Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba, Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye, Lobengula kaMzilikazi, Mzilikazi kaMashobana, Shobana noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa, Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana, UMkhatshwa wawoZimangele, UNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona, BaNtungw’ abancwaba, Zindlovu ezibantu, Zindlovu ezimacocombela,
Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali, Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba, Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba, Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo More Khumalo clans>> More about Khumalo
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Mbulaz'0mnyama kodwa omashobane madoda ngane zakwethu (ngyajabula mina)
Mbulaz'0mnyama kodwa omashobane madoda ngane zakwethu (ngyajabula mina)
syabonga, ngukhumalo nami kodwa khona la ngingaboni kahle khona. kuphi ukuthi Mbulazi…..