πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Khumalo Clan Names & History

Izithakazelo zakwaKhumalo:    
Mntungwa,
Mbulaz’omnyama, Nina bakaBhej’ eseNgome, Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba, Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye, Lobengula kaMzilikazi,   Mzilikazi kaMashobana, Shobana noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa, Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana, UMkhatshwa wawoZimangele, UNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona, BaNtungw’ abancwaba, Zindlovu ezibantu, Zindlovu ezimacocombela,
Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali,
Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba, Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba, Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo More Khumalo clans>>   πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo Khuluse Clan Names & Umlando

Next

Izithakazelo zakwa Khumbuza Clan Names Umlando

6 Comments

  1. We r very thnkful about t Khumalo clan n praises

    • Zandile Mkwanazi

      Thanks this helped me a lot ❀❀❀❀

  2. Wena owadla umuntu umyenga ngendaba

  3. Ewe Siyabonga kakhulu Mzilikazi…..

  4. Hayi ke wena dadewethu ngicabanga ukuthi banqaba ukuphakelwa wesifazane okwaBulawayo phela nina Mantungwa nizitshela kabi

  5. Minake nginuKhumalo Mtungwa Zikode sanani asonalutho sonumhlambi wezinyamzane uDonda kangakanani yen'entdeni yesandla unganela. NinguMtungwa oluhlaza njenge ngcoshane. Umalala ngesi i avuke ngesi i. Nazo ke Mantungwa amahle

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026