Mlangeni
Magasela
Swaz’elihle
Sacolo
Mzilankatha

Nkosi, Dlamini, Mdephaphane, Sishiya, Madondo, Gama

Sidwaba siluthuli sithi singancwaba size nomlandakazi,

Nina bemushaya bemugedeza, Nina abakwamathanga amhlophe,
Nina abakwachoboza umhlanga kuvuleke indlela,

Nina eningavali emnyango nivala ngamakhanda amadoda,

Ndlovu ezidl’ekhaya ngokuswela abelusi,

Sdlubula dlwedlwe sakwanobamba,sithi sibapha sibe sibadlungulisa,

Swaz’elihle wena owavela kusenelanga,

Wena owawela ubombo ngokuhlehlezela,

Nsingizi eyakhala nenhla nomfula Gasela,

Ngwane kaSobhuza kaSomhlolo kaWawawa

Swaz’elihle

Izithakazelo zakwaMlangeni

Izithakazelo zakwaMlangeni Magasela, Sishiya, Madondo, Mdephane, Dlamani, Sacolo, Sidwaba siluthuli, singabancwaba seza nomlandakazi, Linda!

Magasela Clan Praises

Magasela, Mlangeni, Socolo sikaDlamane, Mathanga omhlophe angazofetshwa swazi

Abubakar Surname Meaning, Abubakar Origin, Abubakar History

Abubakar Surname Meaning, Abubakar Origin, Abubakar HistoryThe meaning, origin and history of Abubakar surname is Read more

Abdullahi Surname Meaning, Abdullahi Origin, Abdullahi History

Abdullahi Surname Meaning, Abdullahi Origin, Abdullahi HistoryThe meaning, origin and history of Abdullahi surname is Read more