Izithakazelo zakwa Madondo | Madondo Clan Names

– Mnquhe,
– Wena waseQhudeni,
Zikode kaNgaba,
– Mwelase,
– Mpukane kaMgedeza,
– Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
– Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!

Mathonsi clan names❤️

Mathonsi, Dunga, Mwelase, Madondo, Mazibuku, Nontandokwela, Wena owela ngezimpambosi zemifula abanye bewela ngezibuko, Mquhe!

Izibongo zakwa Mhlungu

Ndaba,Mwelase,Molase,Vezi,Masingasilele,Gina,Magadlela,Mthiyane