Izithakazelo zakwa Magudulela :
Ludonga lukaMavuso
Sdwaba esiluthuli !
Nxele lekhohlo lukaNodlungwane
Wena wasebukhosini
Nkosi
Ngwane elihle !
Zikode!

Izibongo zakwa Tshabalala

Mshengu,Donga luka Mavuso,Ngxabalala,Chagwe,Mayaba,Mabhedla,Thapho,Thingisi,Shevi,Bhuqa,Sayiwana,Bhokwe,Samanisi,Mehlwempi,Sagqubha,Magudulela,Ndleko,Mnoniwa,Phikindaba,Nkosikayikho

Ndwandwe clan | Izibongo

KwaNdwandwe kuzalwa uMngcwanga UMngcwanga uzala uFekhaya Isizukulwane sakhe uNhlekela noZwana noPhakathi UNhlekela uzala uMsane UZwana azale uMzimela UPhakathi azale uMfeka Read more