πŸ’›

izithakazelo

Magwaza, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Magwaza

Yengwayo!
Njomane kaMgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,
Wena wasemthini emide yaseLangeni!
Njinji !
Mabhulu,
Wen’okajika khothama,
Gidizela!
Wena waMantando,
Manqondo !

Previous

Izithakazelo zakwa Magagula 😍 Magagula Clan Names

Next

Mahaye, Meaning, Origin & History

5 Comments

  1. Akuzo ezakithi lezi thakazelo

  2. nginguMagwaza and im very proud of that

  3. hhai bafwethu, akekutholakale abantu besibongo sakwa Magwaza bempela abanomlandu onothile ngeqiniso lendabuko yalesisibongo, njengoba kuyaziwa ukuth saphuma kwa Mhlongo, baphela ubuhlobo, kanjalo ke nezithakazelo namahubo abo imikhuba namasiko bazimela gelekeqe, ake sithole okuyikho ukuze ungaphazamiseki umlandu unomphelo.

  4. mangiqale ngokukubonglela nge blog yakho, iyasiza kakhulu. Ngicela ungisize ngibheka izithakazelo zakwa Sigwaza. Ngiyazi ezinye zazo o Mabhida, o Sibanda. Kodwa ngibe sengigcina lapho.

  5. yengwayo ,njomane kamgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,wena wasemthini emide yase langeni ,Manqondo

Leave a Reply to Unknown Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén