πŸ’›

izithakazelo

Magwaza, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Magwaza

Yengwayo!
Njomane kaMgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,
Wena wasemthini emide yaseLangeni!
Njinji !
Mabhulu,
Wen’okajika khothama,
Gidizela!
Wena waMantando,
Manqondo !

Previous

Izithakazelo zakwa Magagula 😍 Magagula Clan Names

Next

Mahaye, Meaning, Origin & History

2 Comments

  1. Cha Nsizwa noma Ntokazi uyaphambuka ungahamba uwuqede umhlaba ungaka nje. Usuka eNingizimu uya eNyakatho
    IMpumalanga neNtshonalanga awukho uMlando onje wakithi asikho isithakazelo asithi Njomane noma Mhlongo mina ngingena ngiyaphika ngimile. Musa ukudukisa abantu bakithi uma ungenalo ulwazi ulunge uhlezi phansi Ngiyabonga

  2. Patrick Jabulani Magwaza zixovekile lezithakazelo

Leave a Reply to Unknown Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén