Izithakazelo zakwa-Majola
Mchunu,
Macingwane,
Ngqulunga,
Nyanda yemkhonto,
Ndabezitha,
Phakade,
Yeyesa,
Ndlela zabedluli nabaGodusi,
Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
Mabonw’abulawe!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Ngokoleazi enginalo u Majola,mchunu.ngqulunga,yeyesa ngabandawonye uyise ka Majola ngu qengeba angazi kahle Ku Mchunu
Nkunz'emnyama iyazona ithole, impaka engadli nkukhu,umbheka phansi njenge sambane
abakwamChunu bayakuphika ukuthi ngabandawonye noMajola siyidingide kwaze kwakwagqingetshe lento kuFB