Izithakazelo zakwa-Majozi
Mqamu,
Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
Gwanyana,
Mbhuli,
Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
Ngoza Lukhozi,
Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!
Mqamu,
Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
Gwanyana,
Mbhuli,
Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
Ngoza Lukhozi,
Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!
Β© 2026
Unknown
Ngisacela ningiphe izithakazelo zakaMagwanyana nomlando
Unknown
ngiyabonga ngosizo engiluthole kulelikhasi