Izithakazelo zakwa-Majola
Mchunu,
Macingwane,
Ngqulunga,
Nyanda yemkhonto,
Ndabezitha,
Phakade,
Yeyesa,
Ndlela zabedluli nabaGodusi,
Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
Mabonw’abulawe!
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Impela sabandawonye kwajala izingane zikamchunu okuwuNdlela nodade wakhe uMchunu wabe esebaxosha
Bobhuthi nodade singabandawoye singumntu munye asingavumeli ukushintshwa isimanje manje
mese sifika kanjani emampondweni, mina ngazi uMajola uNgqulunga, uMacingwana