Izithakazelo zakwa-Makhoba:
Gwabini,
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Gwabini,
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Β© 2026
UNKNOWN
Nazoke izithakazelo zamampelππππππ
Wea owaphuma ngenoni emgodiniπππ
Sibusiso Makhoba
Bafwethu singaphikisana kushone ilanga inqiniso lingatholakala ngokuba kuvakashelwe amakhosi akwaMakhoba nokwaZungu asadl’anhlavana okunye ngeke sikunqiniseke, kodwa okumele sikwazi uMakhoba noZungu izingane zomuntu oyedwa ezazalwa zingamawele omdala uMakhoba umnewabo uZungu.
Mbuso Zungu
Nami ngazi kanjalo Joko. Ngiwu Zungu. Kwakumele sibe abakwa Makhoba u Zungu angabikhona kodwa u Makhoba wavuma ukuthi u Ncwane mekhomba u Zungu njengenkosi ezolandela u Makhoba wavuma ngoba ewuthanda umndeni wakhe zadaleka kanjaloke izibongo ezimbili zomuntu oyedwa
Bongani Phephu
Injalo nje mfowethu.asimele kubiza indlu encane, uMakhoba noma wavuma uZungu aphathe kodwa uMakhoba yindlu enkulu.
UNKNOWN
Vele phela niphuma ngamanoni emgodini that why nibakhulu
Jabu Makhoba
Nam ngazi kanjalo Sbusiso but engfisa ukukukhumbula ukuth babezalwa ubani bona. Pls contact me on my personal no. 071 077 4455 thank you.