πŸ’›

izithakazelo

Makhwasa clan names, Meaning, Origin & History

Makhwasa ,
Mhayise,
Ngwane,
Hlatshwayo,
Nomkhono,
Thambo elimanikiniki eladliwa yinja yaze yalibeka ethala,
Swazi elihle,
Web owakhipha amadoda ebandla
Mnkoyeni

Previous

Izithakazelo zakwa Ndulini Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Kunene oMgoza

9 Comments

  1. Nothie Khoza

    0746394253 nangu usisi engmaziyo wakwazi makhwasa naye ufisa ukwazi ngomlando wakwa makhwasa

  2. Philile

    Philile Makhwasa
    Sibiza uMakhwasa kodwa Mina ngazi ukuthibzithi singo Nkomzwayo, oLengeni, Mguqwase manje lezi engithola Lana angizazi singo Shabangu ngyacela makukhona onolwazi kahle ngicela angthinte

    • Andile Makhwasa

      izona kanye lezi nami engizaziyo

      • Nolwazi

        Sacela ungipha lezi ozaziyo

      • Uyaz ukuth ukuze sibe makhwasa kwenzakalan? I know

  3. Siyabonga ngezithakaze zako Nomkhono, Omkonyeni, oMakhwasa, oSwazi , kodwa sisadinga umuntu onolwazi kahke ngokuphuma, noma ukudabuka kwabo lapha koHlatshwayo, koNgwane , koMhayise . Kuyadingeka ke kucace kahle ukuthi kwenzakalani kahle. Nala kuDlamini noHlayshwayo, ukuze nezingane sikwazi ukuzichazela kahle. Mina ngizalwe ngibiza uMakhwasa , uHlatshwayo ubelokhu ela , uMhayise sibizwa ngaye, singo Swazi elihle. Ngiyacabanga kukhona ekumele sikwazi, kakhulu kwabase Ndlunkulu, ko Nkosi lapha eSwatini, noma onolwazi la emzani . Sizalelwe Eshowe eSikhwaseni. Empaphala.

    • Nolwazi

      Nami ngingowase Mpaphala ka Makhwasa, Ngyfisa ukwazi uMlando ne Mvelaphi yakwa Makhwasa

      • Snethemba Ntuli

        Ubaba wam uzalwa kwaMakhwasa eMpahala

    • Whatapp no 0607253798 ngikugcazel

Leave a Reply to Nothie Khoza Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén