Manana Clan Praises, Meaning, Origin & History

Manana, Mcusi,
Mbuyisa yamambane, nina enidla nicakathise nibeke enzansi kwenkaba, sbankwana simqumbeyelana singabamahoboshelana slambile,
ndlondlo lemyama eyadla ubulongo yaliba,
Mabele made ancelisa nangaphesheya komfula,
uMcusi wendlukulu akangakanani nasentendeni yesandla uyanela,
inyoni ezimbili enye yabheke zansi enye yabheka phezulu,
Manana, Mcusi wendlunkulu!

More about Manana

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment