Iziduko Masoka:
Dedeza,
Mzimkhulu,
Rhoyi,
Masoka,
Tanzi,
Mkhelemba,
Nontshiyi,
Ndima !!
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
Iziduko Masoka:
Dedeza,
Mzimkhulu,
Rhoyi,
Masoka,
Tanzi,
Mkhelemba,
Nontshiyi,
Ndima !!
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videosΒ© 2026
Rhoyi
Hayi abadibananga noNsimbi, Mnamatha, Mayeka & Vela banyakame. uMzimkhulu yena uyangena. Lwandl’ aluwelwa luwelwa ziinkonjane ezibhabh’ emafini !!
Sthembiso
Sanibonani ngicela ukubuza oMasoka kabahlobene yini noNsimbi uMnamatha uMzimkhulu uMayeka uVela banyakame
Sthembiso
Alright ukuthi ngiyaye ngizwe kuthiwa enye ingxenye yethu yahamba nokhokho wayo owayewuMzimkhulu baya eMaxhoseni, kodwa ikhona enye inzalo yakhe iseBulwer. Ngoba lo wethu uMzimkhulu unguMnewabo kaMnamatha noNgcwengana noZwide.
Bayinzalo yamaNdwandwe azalwa amaKhuze(odlamini) njengoba zonke izibongo zizalwa uDlamini(1).
Kanti noMasoka uyavela uma ubuka ulibo lokuzalana kwabantu bakaDlamini(1) not udlamini as isibongo.