Izithakazelo zakwa-Masondo
Nyambose,
Mthethwa,
Dingiswayo,
Donga dilika,
Mathangana amahle afanele ukwenziwa,
Nina enalandela amasondo ezinyamazane,
Nina eniphuza amanzi emichachazweni!
Nyambose,
Mthethwa,
Dingiswayo,
Donga dilika,
Mathangana amahle afanele ukwenziwa,
Nina enalandela amasondo ezinyamazane,
Nina eniphuza amanzi emichachazweni!
Β© 2026
Unknown
niyazafaka kaMthethwa ngoba kwezaka Mthethwa awukho uMasondo kwenzaka kanjn lokho?
Unknown
Mxm umsuzo lo
Mvelisto
Hai hai uzenzele yini les'thakazelo
Unknown
they not complete mr
Bongani Kholo Khumalo
cha ! uyayishaya into yakho Ndabezitha