πŸ’›

izithakazelo

Mathenjwa Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwa Mathenjwa

Mgabadeli,
Wena owagabadela inkundla kwaBulawayo,
Dumakude, Mageba,
Ndabezitha!

Swati version goes like this below:

Mgabadzeli,
Wena owagabadzela inkundla kabulawayo,
Gamula,Dladla, Sishi, Mageba,
Wena longayidli imbuti ngoba usaba umsila obheke tulu !!

Previous

Mathebula Clan Names Izithakazelo & History

Next

Mathibela Clan Izithakazelo & History

5 Comments

  1. No ezakwaMathenjwa aziphelele nje.asibona futhi odumakude,singo Gamula ,wena ongayidli mbuzi osabumsila obheke phezulu,

  2. Inkosi ayiqedwa

  3. Damn nididekile kakhulu this time????
    1.Dumakude u Nyawo or u Mlaba
    2. Mageba, Ndabezitha u Zulu
    3. Umgabadeli u Mthembu

  4. Ung- understand ungena ngaphi udumakude koMathenjwa!? ?

  5. Shandu kaNdaba Sontshikazi
    Shandu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela
    Gumbi lamagwaa
    Mthiya ngenkomo abafokazana beThiya ngamahlahla
    Ndaba komkhulu
    Ndabezitha!!!!!

Leave a Reply to Unknown Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén