Mcambi clan names, Meaning, Origin & History

AbakwaMcambi bazithakazela kanje:

Mathaba,
Ngwaqa,
Mayiba,
Gubhasi,
Wena ongathekeli emzini yabafokazane wathekela ezitheni wasimama,
Somshoko,
Thothomuhle,
Nyamazanenhle,
Mfumbathi,
Wena owathabela Imbumba,
Mabala amahle njengo Mvemvane,
Mbuyazi,
Lokothwayo


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment