MDLULI
Lukhele, Nyoka, Sikhangisa, Nzimande, Bhekiswayo
MDLALOSE
Nyande we Phahla, Khwenta, Madlula, Mgabashe, Bhudukuziwa, Phangakufa, Dikane,
Wena we Phahla elinhloko, Sphangula Sayo Ngoye,
Magutshwa lapho engekefe khona,
Wena ka Nhlangothi zibomvu amanxeba,
Wena webhaxa elithanda impi,
Ngoba ladla uDayi ka Skhova
NKWANYANA
Nina beNkonyane ka Ndwandwe,
Mncwango, Dlalisa, Mpisane, Masuku, Mtshali, Siyaya, Nxumalo !!
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
ngicela ukwazi ngemvelaphi yabakwa Mdlalose, ukuthi badabuka kuphi, nangokozalo
sidabuka emzinyathi thina maNyanda
Ngicela ningiqedelelela ezakwaMdluli ..Nyoka nzimande
Ngicela ukugcwalisa kwezakaMdluli
Mdluli , Mcoseli ,Yengeza ,Zosha ,Ngangezwe , Mbashi nina baka Nomsinekwane
Nami nagzi lezi impela. Kodwa zivame kulabaDluli baseMkhambathini. Kodwa yizo impela.