Mdluli, Mdlalose, Nkwanyana

MDLULI
Lukhele, Nyoka, Sikhangisa, Nzimande, Bhekiswayo

MDLALOSE
Nyande we Phahla, Khwenta, Madlula, Mgabashe, Bhudukuziwa, Phangakufa, Dikane,
Wena we Phahla elinhloko, Sphangula Sayo Ngoye,
Magutshwa lapho engekefe khona,
Wena ka Nhlangothi zibomvu amanxeba,
Wena webhaxa elithanda impi,
Ngoba ladla uDayi ka Skhova

NKWANYANA
Nina beNkonyane ka Ndwandwe,
Mncwango, Dlalisa, Mpisane, Masuku, Mtshali, Siyaya, Nxumalo !!

More about Mdluli Mdlalose Nkwanyana

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

41 thoughts on “Mdluli, Mdlalose, Nkwanyana”

  1. mina ngicela ningipha umlando kaDubazane goba angicaciseleki lana

    Reply
  2. ngicela ningiphe ziphelele izithakazelo zakwa mdlalose

    Reply
  3. Ngicela ukusizwa ngezithakazelo zakwaNkonyane

    Reply

Leave a Comment