Mona Mashashane Dvungwane Dvwaleni
Wena owaphuma kwaZulu,
Wena owadla amadoda njengezinkukhu,
Zikode ka Ndaba,
Mkabayi kaJama!
Inhlansi yokholo,
inhlwathi yentaba, ingwenya yasemfuleni,
Owathathβ iintaba wazenza umbhede,
Inzula, Nina bakwaMona, abantu bezithunzi,
Imbewu eyahluma naphantsi kwelizulu
Nina bakaMashashane aMahle,
AbakwaMona bavela efini eliphakeme phezulu,
UMona uyawuthemba umusa kaNkulunkulu.
INsephe, ibhuzi yasentle,
Mona a kusona isibongo,
Mona! Xaba! Mthombeni! Mashashane! Zikode kaNdaba! Mkabayi kaJama! Mashashane!
Hemneth Mona