πŸ’›

izithakazelo

Msani Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwaMsani

Mtimamnde,
Kunene, Majoka,
Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka,
Madl’uvalo lwengonyama abanye bedl’olwenkomo,
Mthantathwa,
Mnguni wasOndini,
Wena kaNonqewu,
Wena kaMgobhozi,
Ntetha, Vangisa,
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi,
Mvuna!

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Mseleku Clan Izithakazelo & History

Next

Msibi Clan Izithakazelo & History

3 Comments

  1. Izithakazelo zakwamsani majoka mvuna thumbela

  2. Awukho Mehluko its a human Error kalabantu abasuke benza certificate e home affairs

  3. kunomehluko yini phakathi kuka Msani noMsane?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026