clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Ndawonde Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Ndawonde Surname:

Ndawonde,
Sibhene senala,
Mdubu kaMadani,
Bulisa,
Gcogcozela,
Nina eniphanga ukufa abafokazana bephanga ukuphila,
Nina enangena endlini kwanuka utshwala,
Nangena esibayeni kwanuka inyama,
Naphumela phandle kwanuka inkwindla,
Jwara,
Zitha,
Labase,
Mbongwa,
Nina baseLenge,
Nina bangasenhla noThukela !
Ndawonde! !

if you know more Ndawonde clan names or their history (imvelaphi yabo), please write them in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *



🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Swafo surname, Swafo Clan

Next

Mashwama Clan Names , Mashwama Clan History

2 Comments

  1. Melisizwe

    I want to know about imvelaphi yakwa ndawonde

  2. Nkululeko ndawonde

    Ngicela ukwazi ngemvelaphi ka ndawonde nokuthi wayenako na ubukhosi lapho esuka khona noma lapho kwa Zulu nokuthi ukuze abelapha kwazulu wayedabukaphi nezwe

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

β“’ 2025