Izithakazelo zakwa-Ndlovu
Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbulโamagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaSโhlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Unknown
Yithi labo omagatsheni aww
Unknown
YITHI LABO KE!!!!
Unknown
thanks a lot but bengicela uthi ukwenaba kancane ngathi kukhona okushodayo…ngathi ku nontolwane,bhejobomvu angaz bangena kanjani help me