Ndlovu Clan Izithakazelo & Umlando

Izithakazelo zakwa-Ndlovu

Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!

Ndlovu clan names, Ndlovu clan praises, izithakazelo zakwa Ndlovu, gatsheni clan names, gatsheni clan praises, Ndlovu boyabenyathi, Ndlovu clan history, Ndlovu clan


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

44 thoughts on “Ndlovu Clan Izithakazelo & Umlando”

  1. yes i agree no lilo ungena kanjani uMadubaduba,nabo bathi abakwaNdlovu

    Reply
  2. Bandla, o Ndlovu bahlukene kakhulu ngenxa yobukhulu besizwe. Kukhona O Ndlovu, abesuthu bezidwedwe ezibomvu, kanye no Ndlovu ondlangamandla. yisizwe esisodwa kodwa ngokuhamba kwesikhathi nokwanda kwamaqhawe akwaNdlovu kuyenezezelwa ezithakazelweni kanti futhi ngenxa yesidingo sokucacisa imvelaphi yomndeni bese kufakelwa amagama obabamkhulu ukuze kucace igatsha umuntu azalwa kulo. lokho akusho ukuthi usuwuNdlovu ohlukile ngoba sonke singabakwa Gatsheni

    Reply

Leave a Comment