Izithakazelo zakwa Ndlovu Ndlangamandla

Ndlovu
Ndlangamandla ngokudla amandebele
Msuthu !
Nkomo zidle khaya ngenxa yokuswela abelusi
Zaza zaluswa intombi U Demazane
Mthiyane ngokuthiya amadoda !
Nina bakwa shlangu sihle
Nina bakakhumbula amagwala
Nina bakwa shlangu sihle !
Nina bakwa Mdubusi !!!