Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
nqubeko ndlovu
molweni bogatsheni abahle !can I get ndlovu’s history but mina i”m ndlovu gatsheni
seehle
cela ukuthola ulwazi ngalaba okuthiwa oNdlovu kodwa izithakazelo zithi Ndlangamandla msuthu
Siyabonga
MaGatsheni bengicela ningithumelele umlando wakwaNdlovu