Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
Bongane Enock Sanele Ndlovu
Nami ngajabula mangazi kabanzi ngoNdlovu ngoba ngathi sihlukene ,ukuthi kanjani plz reply ,”Malunga, Mdlohvu ,Ndlhovu, Simelane, bangena kanjani Manyathi plz cacisani ngyadideka
Khethiwe
Wena boh konakala ngokuthi eHome Affairs kusebenze abantu bezinhlanga ezahlungene. Qha
Mhlengi Ndlovu
Ngicela usizo. UNdlovu noMthiyane bahlangana kanjani? Ngabe kulungile yini uma ngingowakwaNdlovu kodwa ngizithakazele ngoMthiyane na? Ngabe angiqonywa kwaMthiyane? Ngicela ningisize bakithi ngoba angilitholanga nethuba lokbuza ubaba njengoba engathanda ukuhlala nami.
Khethiwe
Hy i dnt understand why nibuz kut bani hlangana kanjan noban coz ishlahla if ustshala the first thng thd develop iz root. As wel az kubantu sazalwa undlovu then get spreaded and root get longer. Second thng ekhaya khona uSanele kwamakhe khona futh, u mean sezihlobo njalo or we wil be relatives in coming time
Manqoba T Ndlovu
San’bona, i just want to know the difference between uNdlovu,gatsheni and uNdlovu,ndlangamandla.I really don’t know which Ndlovu i am cos in my fanily some says that we are gatshenis but others says we are ndlangamandla………AM CONFUSED…….