Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
Murderkahn Louisa
Ngicela ngingiphe umlando wesibongo sakwam’Mngandi, Nkadinde noLanga
ntokozo
Please can you email me ezakwa Shabane
lungisani
Mina ngowakwa Lamula kodwa angiyaz yonke lento yakwa Ndlovu.mina ngiw Lamula Jiyane bantwini ngiwul vico kal gezanga owuya nensile mvuleni ngoba wayebona abafana.inkosi ayiqedwa ke akekho ongazi!