Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
Joseph
Ngicela izibongo /izithakazelo zakwa Vilakazi ngoba ziyaxaka nje zizodwa.
Chris
Hi good people. I am Ndaba but grew up within Swazi speaking people but always did my best to learn Zulu. I have often heard that there are different clans for people with this surname. I am kindly asking anyone that know the Ndabasβ history, to please email me on my email here, bcsifunda@ruraldevelopment.gov.za, call 0823794822 or Whatsapp 0823794822
I really want to also understand how we are praised.
Mbathastan
Abantu bakwa Ndaba Baningi njengoba uNdaba kwabe kuyigama elidumile nelithandwayo ezizweni zabe Nguni. Kuno Ndaba kwa Mhlungu no Madela kube no Ndaba kwa Khumalo bakwa Mchunu kube futhi no Ndaba wakwa Sibiya kanti futhi Ukhonakwa Shandu nakwa Zulu
Nothando
I will like to get more n more about Zimu