Skip to content
Gedeza:
- Mnyandu,
- Nongalaza,
- Mpangazitha,
- Mngunyana,
- Mphankomo,
- Nyanda yemikhonto, Nondela..
Ngwenya
- Madonsela,
- Mtimande,
- Kunene
Macambi
Mathaba, Cambi
Vilakazi
- Mphephethwa,
- Mahamba,
- Sidlodlo,
- Ndabandaba,
- Binda,
- Gama
JILI:
- Vilakazi,
- Masengwa,
- Singawoti,
- Hlabangane,
- Mnqonywa,
- Mnyayi.
GWALA:
- Majiya,
- Khamanga,
- Khondlwane,
- Mdlovu,
- Matshinga,
- Ngwevu,
- Ngwavuma,
- Sihlase,
- Mphephwethwa.
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
ngicela usizo ngezibongo/izithakazelo zakwaMyaka sengizame ngahluleka ukuzithola lapha naku Google
Sithi Gumede, Myaka,Mthanti kaMndonsela, shidi shidi elimhlophe elingangcoli amanye engcola,Chibi kalishi amanye esha,wenakaMazwane,wenakagubhokhulu,khatha khulu wena owahlula inkulumandla nengonyama.UMNYAMA BESUTHU. ngyengzwe besho kanjalo Myaka.
Mina ngcela ningisize ngingtshele izithakazelo zakwa mathaba ziphelele zizonke ngyani cela ningsize
Noluvo
Mcambi, Mathaba, Ngwaqa, Thotho’muhle wena was Mlahleni wena owabonwa zilwane zakubalekela, Mayiba, Maboya, Mcambi kankani,
Ngicela ningichazele la ngoba ngokwazi kwami abantu baka Nzimande ngazi ukuthi oMphephethe {muphe ephethe}manje ngizwa bethi Mphephethwa. Okuyikona kanye ikuphi?